Siza abanye abasebenzisi

Sindisa umhlaba uzithokomalele kusofa wakwakho

Sidinga usizo lwakho!

Isetshenziswa abantu abangaphezu kwezigidi ezingama-400, ukweseka kwe-Mozilla kuxhaswe ngamavolontiya ngokuphelele, futhi sekubaluleke kakhulu kunangaphambilini. Wena-ke ungena lapha.

Kungani kufanele ngisize?

Siza izigidi zabasebenzisi zithole konke ezingakuthola kusiphequluli sabo esiyintandokazi. Igalelo lakho lingafinyelela kubasebenzisi abayizigidigidi emhlabeni jikelele, futhi ungakwenza lokhu uzihlalele kusofa wakwakho!

Mayelana Nathi

I-Mozilla Support umphakathi wamavolontiya anogqozi nabasebenzi abazama ukweseka abasebenzisi bethu kuyo yonke le ngabadi. Hlanganyela nathi kulolu hambo oluthathekisayo!